>> HOMEPAGE

In English

Click here

In Xhosa

Cofa apha
In Sesotho

Tobetsa mona
In Afrikaans

Kliek hier
 

Isinyathelo okumele sibe ngesokuqala
ngqa ekuphatheni okusha kwentando yeningi

USomqulu wama- Lungelo eziGuli

Mhla ziyi-5 kuJulayi ka-2004 iNew York Times yathi,``USigele John Edwards ongase akhethwe ngentando yeningi abe ngusekela mongameli, osebe ngummeli wabamangali isikhathi eside, uthe impumelelo aziqhenya kakhulu ngayo kuyo yonke imisebenzi ayenze eWashington, yiqhaza alibamba ekutheni indlu yezigele ivume ukuphumelelisa umthethosivivinywa ocacisa amalungelo eziguli, phakathi kwawo okukhona nelungelo lokuthi zikwazi iziguli ukuthatha izinyathelo zomthetho. Ngebhadi-ke, lo mthethosivivinywa awuzange ube ngumthetho.

>> Chofoza lapha

Ibhizinisi losokhemisi liwumsebenzi wenkohlakalo yamazwe ngamazwe

Igqwayingwayi kadokotela isanda kususa umsindo ezinhleni zezempilo ngokuphenya izinqe izinkampani zamakhemisi ngokuthi zingogombela kwesakhe. Sikhuluma lapha ngoDkt. Matthias Rath weDr. Rath Health and Research Foundation onemibono eminingi ngeNhlangano yezizwe nezisombululo zezifo. USANDILE MDADANE umbuze ukuthi:
>> Chofoza lapha

Inhlangano YeZizwe Izimbele Igodi

Umphathi waseMelika uPaul Bremer waphuma ngesamagundane ebusuku e-Iraq ziyi-28 kuJuni. Njengamanje uGeorge Bush nombuso wakhe bazama ukwenza isikhangiso kubantu bomhlaba wonke ukuthi ukuhlasela nokunqoba kwabo i-Iraq kwabe kungumzamo oncomekayo wokwandisa ukuphepha emhlabeni. Nokho-ke umuntu wonke uyazi ukuthi alikho iqiniso kulokho.
Izigidigidi eziyisithupha zabantu emhlabeni jikelele sezivule amehlo zalibona iqiniso elishaqisayo lokuthi iNhlangano yeZizwe eselokhu yaziwa njengomgcini wokuthula nokuphepha emhlabeni wonke, isiphenduke ize leze. Sekungokwesibili lokhu emlandweni wesintu ukuthi inhlangano yomhlaba jikele eyasungulwa ngenhloso yokugcina ukuthula nokuphepha emhlabeni wonke ihlakazeke. Emuva komshophi wokuhlakazeka kwe-League of Nations okwenzeka eminyakeni engama-70 eyedlule, iNhlangano yeZizwe yona kuthe ngoJuni ka-2004 yazmbela yona igodi.
>> Chofoza lapha

`Ayikho inkululeko, akunambuso weningi ngaphandle kolwazi ngezempilo

Uhlelo Lokwakha Isizwe esinempilo

World Health Alphabetization (WHA): Ngenhlabamkhosi ayenza yeWorld Health Alphabetization (WHA) uDkt Rath usayiqhuba imvulamehlo yakhe uthi akuphuculwe ezempilo zibe sezingeni eliphezulu umhlaba wonke Wakhetha ukuthi lolu hlelo lwakhe oluyimvulamehlo lushicilelwe eNingizimu Afrika ngoba uhulumeni waseNingizimu Afrika waziwa umhlaba wonke njengomholi empini yesintu silwela ukuziikhulula emaketangweni abahwebi bezemithi okuhweba ngezifo, nangokuthi yenze ezempilo zibe yilungelo lesintu.
>> Chofoza lapha

Sitemap

Dr Matthias Rath is the physician and scientist who led the breakthrough discoveries in the natural control of cancer, cardiovascular disease and other chronic health conditions.
>> More...

A complete overview of Dr. Rath's campaign including full background information on all the issues.
>> More...

Up to date news and comment about worldwide developments

>> Natural Health Alternatives
>> Business with Disease
>> U.N.-Related Issues
>> Other News
>> African Union News


Click here for more information about the Foundation.

Click here to send us an email.

 Printer-friendly page

Send page to a friend Send page to a friend

Bookmark this page Bookmark this page
RSS

 © 2008 Dr. Rath Health Foundation Send page to a friend contact Printer-friendly page Help Previous document Top of the page Function not available in this page Back to Homepage