 |
|
Medicine Control Council/ Mail & Guardian Newspaper/ Dr Rath Health Foundation
- Simele i- Medicine Control Council kanye namalunga ayo angama client ethu.
- Sinekezwe umyalelo wokuthi nashicilela incwadi ebhalwe kanje- “ Help save Millions of lives in South Africa , Break the chains of Pharmaceutical colonialism” oshicilelweni lwephephandaba lwangomhla ziyisihiyagalombili ku-October kuya mhla ziyishumi nane ku-October 2004 . Ikhopi emayelana naloludaba ifakiwe kanti imakwe ngo -“A”.
- Sithatha ngokuthi okuqukethwe ilombhalo obalulwe ngenhla wehlisa isithunzi sama-client ethu ngaleyondlela awukho semthethweni.
- Sinxusa ukuthi nizibophezele ukuthi
- Nibhale ushicilelo okuzovunyelwana ngalo nama-client ethu ngaphambi kokuba lukhishwe ephephandabeni.
- Ningaphindi nishicilele loludaba ngokuzayo.
- Ukuzibophezela kwenu ngokubhalwe ngentla kuyomele kube sekwenzekile namuhla ngehora lesihlanu ntambama, uma lokhu kungenzeki i-client yethu izothatha izinyathelo zomthetho
- Ilungelo lama-client ethu kumele ligcinwe.
- Silindele impendulo yenu ngokuphuthumayo
Siyabonga
|
Sitemap
|
|
|